τη βάση δεδομένων στίχων στο Διαδίκτυο
el
3
Try our new website!

"Empini " Στίχοι

Kelly Khumalo

Λίστα Αναπαραγωγής
4.5 / 5 (33)
Μερίδιο
Παίζω
Empini [Edit] cover
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini

Kutheni na yini udangele
Konakele amathemba akho
Wonke wabeke kimi
Ahh awazi na
Abant' abayifuni intw' enhle ehe
Bayamangaza baklimaza bakbuk' emehlweni

Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini

Abany' abantu umgosi baphila ngawo
Ubezwe bethi awusnik' amagqab' ntshintshi
Amathemba akho
Wonke wabeke kimi
Ahh awazi na
Abant' abayifuni intw' enhle ehe
Bayamangaza baklimaza bakbuk' emehlweni

Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini

Uwe iye uwe iye
Mina nawe akekho omunye
Oh oh oh oh oh

Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini

Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
Ngiyathemb' uyabona
Sofea khon' empini
Ngeke baskhone
Linga shon' emini
This song was submitted on June 19th, 2020 and last modified on June 28th, 2022
Lyrics licensed by LyricFind.

Άλμπουμ Λεπτομέρειες

Βίντεο

Τραγούδια που μπορεί επίσης να σας αρέσουν

  • same artist
  • popular on LSI
  • new on LSI

Συνεισφέροντες

βαθμολογικός πίνακας
δραστηριότητα

Σχόλια (1)